Sjava – Impilo lyrics

sengaze (sengaze) kufumuntu ngenxa yothando
[chorus]
ngiyazi akukho lula umuntu umthande ak’tshele ukuthi uthando luphelile
kodwa impilo kumele iqhubeke (x2)
[Bridge]
kuyokusiza ngani ukumgwaza
kuyok’siza ngani ukumdubula,umshise
myekele
kodwa impilo kumel’qhubeke (x2)
khala some mntaka ma sekwa ndlula
lezontsuku sisa khula sthandana
kwakumnandi emhlabeni (x2)
ngith’akusekho lokho sekuy’phupho lokho…ngithi iyanciph’imishado
kwand’imingcwabo
ngith’akusekho lokho siya qhuma islilo
iyanciph’imshado kwand’imingcwabo
Anibize abadala bashise impepho emsamu
nibize nabafundisi bathandaze (x2)
ngoba akume njalo bazophela oh mama
bethu..bazophela oh odade kwethu
zopheli ngane.
sekwanele (sekwanele) leligazi el’chitheke selanele

Leave a Comment

error: Content is protected !!